Lyrics
Bona bonke lobuhle obungaka
Sibubona kulomhlaba, mihla namalanga, mihla namalanga
Ubuhle Obungaka
Ngaka
Kungumusa wokubusa, wokubusa
Kukonke kulomhlaba, izinkanyezi
Ezikhanya esibhakabhakeni
Ubuhle obukhona nase zintabeni
Ukugeleza kwemfula kuletha ukuthula
Emoyeni, emoyeni
Ubukhulu bakho nobungcwele bakho
Abulinganiseki, syabonga, syabonga
Imvelo enhle kangaka, itshala ithemba kimi
Amandla nokuphola
Bona bonke lobuhle obungaka
Sibubona kulomhlaba, mihla namalanga, mihla namalanga
Lyrics powered by www.musixmatch.com