Lyrics

Ufunani ke? Hhm? Ufunani? Ngifuna wena Ufunani? Ngifuna wena 'Cela ningibizel' abafundisi Bangibek' izandla bangikhulekele Haibo, nam angazi Ukuthi lento, ibizwa ngani Abadala bathi mina ngishiswa uthando Haibo, nam angazi 'Cela ningibizel' izangoma Zingibhulele ukith' inking' ikephi Haibo, nam angazi Ukuthi ibizwani le 'Cela ningibizel' abathandazi Bangihlolele ukuthi ng'dliwa yini Kodwa haibo, nam angazi Ukuthi ibizwani le Imimangaliso Imimangaliso
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out