Letras

Mmmmm iyeee (ayii)
Uke wabona umuntu umthandaa
Ek'chunela amaFlop one way
Uke wabona umuntu umthandaa
Ek'chunela amaFlop one way
Uyajola eNext door (Uyajola mama)
Ufens'umngan wami (Umngan wami)
Udlala ngamii (Hhayaa hhayaa)
Ufens'umngan wami (Umngan wami)
Udlala ngamii (Hhayaa hhayaa)
Lon'ubona ngoba ngimthanda (Ngzosuke ngimyeke)
Ngizomyeka (Ngzosuke ngimyeke)
Lon'ubona ngoba Ngimthanda (Ngzosuke ngimyeke)
Uthath'iAdvantage (Ngzosuke ngimyeke)
Lon'ubona ngoba Ngimthanda (Ngzosuke ngimyeke)
Ngizomyeka (Ngzosuke ngimyeke)
Lon'ubona ngoba Ngimthanda (Ngzosuke ngimyeke)
Ngizomyeka (Ngzosuke ngimyeke)
Oh baningi dali, abantu besfazane
Abafuna loluthand'odlala ngalo
Aw'baningi dali wami, abantu besfazane
Abangafela loluthando odlala ngalo
Ngiyak'nika uyal'thatha, aw uyal'dlala
Loluthando lwami olungangolwandle
Ngiyak'nika uyal'thatha, awu uyal'dlala
Loluthando lwami olungangolwandle
Bazong'thatha abading'uthando (Sthandwa sami)
Uzong'khumbula ngingasekho (Uzong'khumbula)
Ngob'ubona ngoba Ngik'thanda (Ngzosuka ngimyeke)
Ngizokuyeka (Ngzosuk ngimyeke)
Wen'ubona ngoba Ngikthanda (Ngzosuka ngimyeke)
Ngzokuyeka (Ngzosuke ngimyeke)
Wen'ubona ngoba Ngikthanda (Ngzosuke ngimyeke)
Uthath i-Advantage (Ngzosuke ngimyeke)
Ngob'ubona ngoba Ngikthanda (Ngzosuke ngimyeke)
Ngizok'yeka (Ngzosuke ngimyeke)
Wesoka lami wena udlala ngami, uhlekisa ngami kubantu
Wesoka lami wena udlala ngami, uhlekisa ngami kubantu
Sengihlekwa ngabangani bami, bathi yini ngami?
Nabazal'bami bath'angikuyeke
Wen'ubukisa ngam'emphakathini, soka lami
Ngifel'ukuthi ngiyak'thanda dali
Wen'ubukisa ngam'emphakathini, soka lami
Ngifel'ukuthi ngiyak'thanda dali
Outro
Ay wenal'udlalaa ngami (Ngzosuka ngimyeke)
Wen'udlala ngami boo (Ngzosuka ngimyeke)
Wen'ubona ngoba Ngikthanda (Ngzosuka ngimyeke)
Oh ngizokyeka mina (Ngzosuka ngimyeke)
Wen'ubona ngoba Ngikthanda (Ngzosuka ngimyeke)
Oh ngizokyeka mina (Ngzosuka ngimyeke)
Wen'ubona ngoba Ngikthanda (Ngzosuka ngimyeke)
Oh ngizomyeka mina (Ngzosuka ngimyeke)
Written by: Nhlanhla Mafu, Scebi Dlamini
instagramSharePathic_arrow_out