Canciones más populares de Ezendidane
Canciones similares
Créditos
AUSFÜHRENDE KÜNSTLER:INNEN
Ezendidane
Künstler:in
Amageza Amahle
Künstler:in
KOMPOSITION UND LIEDTEXT
Khayelihle Ngobese
Songwriter:in
Cebo Hlabisa
Songwriter:in
Letras
Njengoba Utshela abantu
Ukuthi mina anginaluthando,
Awubatsheli ngani ukuthi wena wangenzani?
Ungajola nogazi ujole nami futhi,
Ujole nogazi ujole nami
Ujole nogazi, ujole nami futhi
Uthando olunjani lolu?
Uangajola nogazi, ujole nami futhi,
Ujole nogazi ujole nami
Ujole nogazi ujole nami futhi
Uthando olunjani lolu?
Njengoba utshela abantu ukuthi mina anginaluthando
Ngisazophinde ngikushiye futhi,
Awubatsheli ngani ukuthi wena wangenzani
Ngisazophinde ngikushiye futhi,
Uma ngingathola elinye ithuba ngithandane nawe,
Ngisazophinde ngikushiye futhi
Ngikushiye ngikulahle okwesibili
Ngikushiye, ngikulahle!
Ngisazophinde ngikushiye futhi
Wena udlalile ngami, nami ngidlalile ngawe
50/50 siyalingana
(ngikushiye ngikulahle, ngisazophinde ngikushiye futhi)
Ibhande lebhulikwe lihlangana phambili
(ngikushiye ngikulahle, ngisazophinde ngikushiye futhi)
Written by: Cebo Hlabisa, Khayelihle Ngobese