Music Video

Kharishma, Janesh & Shandish #Lekompo #SAMA30 #BetAwards #GRAMMYs #fypシviralシ2024
Watch Kharishma, Janesh & Shandish #Lekompo #SAMA30 #BetAwards #GRAMMYs #fypシviralシ2024 on YouTube

Featured In

Credits

AUSFÜHRENDE KÜNSTLER:INNEN
Mthandeni SK
Mthandeni SK
Künstler:in
KOMPOSITION UND LIEDTEXT
Mthandeni Sibusiso Mangele
Mthandeni Sibusiso Mangele
Songwriter:in
Nomcebo Zikode
Nomcebo Zikode
Songwriter:in

Lyrics

Mmmh Mmmh mmhhh Awu ngithi othandweni kunezinkinga zakhona Othandweni kunezinqinamba zakhona Ngithi othandweni kunezinkinga zakhona Othandweni kunezinqinamba zakhona Vuka sikhulume darli Vuka sikhulume sithandwa sami Ungithanda kakhulu kodwa mina angifuni kakhulu Kanti wena ufuna kanjani Ungithanda kakhulu kodwa mina angfuni kakhulu Kanti wena ufuna kanjani hhee Ufuna ukuthi ngenze kanjani Cha wena wenza kakhulu kodwa mina ngifuna kancane nje Kanti ufuna ukuthi ngenze kanjani hhee Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani Nalemfumba mfumba yezimbali eyingaka sengizoyigcinaphi Don't kiss me too much You're abusing our kiss Uqabulana njalo wena You're abusing our kiss Darli don't kiss me too much You're abusing our kiss Oh yes Weshephisi ejezini uyanamathelana Khona kunjalo uma uthando seluphelile Usubona abancono darli Wangisukela ngizihlalele wangibiza ngendoni yamanzi Namhlanje uthi umlomo wami unuka isitamukoko Lama 2k asekuvezela amathanga amhlophe qwa Awu wee weBaba kaNtando Vuka Sikhulume dali Ngitshele ngikuthande kanjani nah Vuka Sikhulume dali wami Ngitshele ngikuthande kanjani nah Vuka Sikhulume dali wami Ngitshele ngikuthande kanjani nah Vuka Sikhulume dali wami Ngitshele ngikuthande kanjani nah Ngisabathe uyangilandela Uqabula njalo mfazi Ngisabathe uyangilandela Uqabula njalo wena Ngisabathe uyangilandela Uqabula njalo mfazi Uyishephisi ejezini Unamathela kakhulu wena Weshephisi ejezini Uyanamathelana Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani Nalemfumba mfumba yezimbali eyingaka sengizoyigcinaphi Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani Lesigixagixa sothando olungaka sengizosenzani Nalemfumba mfumba yezimbali eyingaka sengizoyigcinaphi
Writer(s): Mthandeni Mangele, Nomcebo Zikode Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out