Lyrics

Wena uthi awuyiloboli intombi esinomntwana
Manje uthini ngalena owayizalisa wayishiya
Wena uthi awuyiloboli intombi esinomntwana
Uthi ayithathwe ubani ngoba sinomntwana
Shuthi wawungenanhloso wayishela ikusasa layo
Uthini ngalena owayizalisa wayishiya uthi ayithathwe uban ngoba sinomntwana
Nina niyadlala ngomama boEnzo ,nibashiya kanje senibone abancono
Hamba hamba uyoyilobola haawuuu kanti udlala ngayo ngoba uthembe ubusoka
Hamba hamba uyoyilobola haaaawuu kanti udlala ngayo ngoba uthembe ubusoka
Written by: Sabelo Ngubane
instagramSharePathic_arrow_out