Lyrics

Kant' iqiniso ukuth
Nkumbulo iyabulala
Nkumbulo iyagulisa
Min' iyanghlanyisa futhi iyangihambisa
Ngihambe, ngihambe
Kuth uma ngikhumbula wena
Kuth angihambe, ngihambe
Aw Dali (ngihambe ngingazi ngyaph)
Oh ya ngilandel'nhliziyo
Ngith Uma ngikhumbule wena
Kuth angihambe, ngihambe
Aw Dali (ngihambe ngingazi ngyaph)
Oh ya yahngilandel'nhliziyo
Kuth angihambe, ngihambe, ngihambe
(Oh Dali Ngihambe ngingazi ngyaphi)
Oh ya ngilandel inhliziyo
Ngith cha khona angiphath ma ngiphuzile
Kuth angshay imoto izule
Ngob'wenz ikhanda lidume
Ngyaktshel inqond igule
Uma ngifika umnyang uvule
Ngoba ay chabo, kwakungcon usahlal eduz
Kodwa kuyafana nala ukhona ngizofika
Ngiqal ngihambe ke, uzongbona sengfika
Aw Dali ngihambe, ngihambe, ngihambe
Kuth uma ngikhumbula wena
Kuth angihambe, ngihambe
Aw Dali (ngihambe ngingazi ngyaph)
Oh ya ngilandel'nhliziyo
Kuth angihambe, ngihambe, ngihambe
Aw Dali (ngihambe ngingazi ngyaph)
Oh ya yahngilandel' nhliziyo
Uma sengsuka la enondweni ngzokutshela
Uma ngyongena eNquthu sthandwa ngkutshele
Ngiza ngendlela sthandwa sami ngyakutshela
Ungalali sthandwa sami ngzofika
Uma ngyongena e Fort Louis ngzokutshela
Uma ngyofika eNkandla sthandwa ngikutshele
Ungalali sthandwa sami Ngyakucela
Ungalali baby wami ngzofika
Written by: Jabulo Alwande Moloi, Muziwokuthula Mabuza
instagramSharePathic_arrow_out