Top Songs By Nomfundo Moh
Similar Songs
Credits
AUSFÜHRENDE KÜNSTLER:INNEN
Nomfundo Moh
Stimme und Gesang
KOMPOSITION UND LIEDTEXT
Nomfundo Moh
Komponist:in
PRODUKTION UND TECHNIK
NaXion Cross
Produzent:in
Lyrics
[Intro]
Ng'zow'wela
Ng'yavuma ng'zow'wela
[Chorus]
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ng'zow'wela lo mncele
Uthando l'yanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ng'zow'wela lo mncele
Uthando l'yanqoba konke
[Verse 1]
Olwasemandulo
Ngiwel’ izibuko
Ngiyokha ngaphesheya
Kunomthombo wamanz'amnandi
Kunejong'eling'funa phansi
[Verse 2]
Iqhamuk'isingvimbi insizw'izizwa
Ithi uyang'faka? Nom'uyang'khipha?
Dudlu ntombi dudlu
Dudlu
Ung'fak'enhlizweni
Nom'ungkhiph' osizini?
[Chorus]
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ng'zow'wela lomncele
Uthando l'yanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ng'zow'wela lomncele
Uthando l'yanqoba konke
[Bridge]
Ngishaya isphithiphithi ngiyazi ngenzani
Is'ndiya-ndiya yaah
Is'gcin' iyogcagcel'esokeni
Ngiyeke, ngiyeke mama
Uthando luyangehlula
[Bridge]
I put my guard down
Amazw'akho anamandla
Inhliziyo iyakhathala amanga
Okuz'khohlisa kwam
Ngik'nika ucu lwam
[Chorus]
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ng'zow'wela lomncele
Uthando l'yanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ngzow'wela lomncele
Uthando l'yanqoba konke
[Chorus]
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ng'zow'wela lomncele
Uthando l'yanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ng'yavuma ng'zow'wela lomncele
Uthando l'yanqoba konke
Written by: Nomfundo Moh