Top Songs By Inkos'yamagcokama
Credits
AUSFÜHRENDE KÜNSTLER:INNEN
Inkos'yamagcokama
Künstler:in
KOMPOSITION UND LIEDTEXT
Scebi Dlamini
Songwriter:in
Lyrics
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Maye lwangehlula uthando, lwangehlul' uthando
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Maye lwangehlula uthando, lwangehlul' uthando
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Nakhu lunginqob' uthando, lwangehlul' uthando
Kusukela ng'khula, uma ng'khumbula
Angikaze ngicabange
Ukuthi ngiyoke ngithandane nomuntu wakoluny' uhlanga
Kusukela ng'khula, uma ng'khumbula
Angikaze ngicabange
Ukuthi ngiyoke ngithandane nomuntu waluny' uhlanga
Yeyi! Wemfo kaSibiya, ngaze ngay'thanda intombi yeNdiya
Ngibone ngiya lena ezweni laseNdiya
Bengiz' phuzela amabhiya
Ngihleli kufirst class nogabhadiya
Ngayibuka ngayihlaziya, inhliziyo yami iyagiya
Ithi igama layo uMaria, ithi yake yahlala ngaseBheriya
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Nakhu lunginqob' uthando, lwangehlul' uthando
Sengimbonile, s'khulumile, naye uvumile
Ohh useng'qomile
Sengimbonile, ses'khulumile, naye uvumile
Ohh useng'qomile
Sengimbonile, s'khulumile, naye uvumile
Ohh useng'qomile
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Maye lwangehlula uthando, lwangehlul' uthando
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Nakhu lunginqob' uthando, lwangehlul' uthando
(Sadibana kufirst class, waye fake amasunglass)
(Sadibana kufirst class, waye fake amasunglass)
(Sadibana kufirst class, waye fake amasunglass)
(Jealous down, ohh mina ngim'nika icrown)
(Jealous down, ohh mina ngiyam'thwes' icrown)
(Jealous down, ohh mina ngim'nika icrown, ngimnikez iqhilwi lami)
(Sasi lokhu sibukana, sishalazelelana, sismilelana, s'cashelana)
(Saze sagcina s'xoxisana)
(Sasi lokhu sibukana, sishalazelelana, sismilelana, s'cashelana)
(Saze sagcina s'xoxisana)
(Sasi lokhu sibukana, sishalazelelana, sismilelana, s'cashelana)
(Saze sagcina s'xoxisana)
(Sadibana kufirst class, waye fake amasunglass)
Kusukela ng'khula, uma ng'khumbula
Angikaze ngicabange
Ukuthi ngiyoke ngithandane nomuntu wolunye uhlanga
Yeyi! Wemfo kaSibiya, ngaze ngay'thanda intombi yeNdiya
Ngibone ngiya lena ezweni laseNdiya
Bengiz' phuzela amabhiya
Ngihleli kufirst class nogabhadiya
Ngayibuka ngayihlaziya, inhliziyo yami iyagiya
Ithi igama layo uMaria, ithi yake yahlala ngaseBheriya
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Nakhu lunginqob' uthando, lwangehlul' uthando
Sengimbonile, s'khulumile, naye uvumile
Ohh useng'qomile (Sadibana kufirstclass, wayefake amasunglass)
Sengimbonile, sesikhulumile, naye uvumile
Ohh useng'qomile (Sadibana kufirst class, waye fake amasunglass)
Sengimbonile, s'khulumile, naye uvumile
Ohh useng'qomile (Jealous down, ohh mina ngim'nika icrown)
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Maye lwangehlula uthando, lwangehlul' uthando
Qhabobo, qhabobo, qhabobo
Nakhu lunginqob' uthando, lwangehlul' uthando
(Sasi lokhu sibukana, sishalazelelana, sismilelana, s'cashelana)
(Saze sagcina s'xoxisana)
(Sasi lokhu sibukana, sishalazelelana, sismilelana, s'cashelana)
(Saze sagcina s'xoxisana)
Writer(s): Scebi Dlamini
Lyrics powered by www.musixmatch.com