Vídeo musical

031Choppa & Big Zulu - Ushuni We Nkandla [Feat. Ice Beats Slide, Shakes & Les and Xduppy] (Audio)
Ver 031Choppa & Big Zulu - Ushuni We Nkandla [Feat. Ice Beats Slide, Shakes & Les and Xduppy] (Audio) en YouTube

Presentada en

Créditos

AUSFÜHRENDE KÜNSTLER:INNEN
031choppa
031choppa
Künstler:in
Big Zulu
Big Zulu
Künstler:in
KOMPOSITION UND LIEDTEXT
031choppa
031choppa
Songwriter:in
Big Zulu
Big Zulu
Komponist:in
Ice Beats Slide
Ice Beats Slide
Komponist:in
Shakes & Les
Shakes & Les
Komponist:in
PRODUKTION UND TECHNIK
Ice Beats Slide
Ice Beats Slide
Produzent:in
Shakes & Les
Shakes & Les
Produzent:in
Xduppy
Xduppy
Produzent:in

Letras

Ushuni wenkandla, ushuni wenkandla
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami

Sorry mama namuhla angibuyi
Ngiyazi uzongibiza umgundatshani
Inumber yami idlalisa abo Phumi
Kanti eyakabani le gumba fire?
Mama ngiseGoli ngisayo phanda
Ngihlabe lembuzi ngifak'isphandla
Imali yona eningi ngizoyikhanda
Sihamba phezu kwabo siyabagandaya
Hee wena bathi ushuni wenkandla
Aw'ugundi impandla
Aw'senza amanga
Inkabi engqoka isiphandla
Hee wena bathi ushuni wenkandla
Aw'ugundi impandla
Aw'senza amanga
Inkabi engqoka isiphandla
Hee wena bathi ushuni wenkandla
Aw'ugundi impandla
Aw'senza amanga
Inkabi engqoka isiphandla
Awu bathi umshayi we number
Aw'ugundi impandla
Aw'senza amanga
Inkabi engqoka isiphandla
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sorry mama namuhla angibuyi
Ngiyazi uzongibiza umgundatshani
Inumber yami idlalisa abo Phumi
Kanti eyakabani le gumba fire?
Mama ngiseGoli ngisayo phanda
Ngihlabe lembuzi ngifak'isphandla
Imali yona eningi ngizoyikhanda (ushuni wenkandla)
Sihamba phezu kwabo siyabagandaya
Inkabi iyangena ungayikhuzi
Intombi yakho ngayithinta ungangibuki
Angithi ngihamba neyinkunzi
Bergville, i-feature uyithola ngephupho, ayi
Ngicela ningangikhuzi
Wangibheka umfana ngamthuka
Umncane boy ungayisusi
Ngoba uzolala ugcine ungavuki
Ezami zingena nge volovolo
Ustraight, kusha ugologo
Emnyango sizwa kokoko
Inkabi, umzonkonko
Ezami zingena nge volovolo
Ustraight, kusha ugologo
Emnyango sizwa kokoko
Inkabi, umzonkonko
Hee wena bathi ushuni wenkandla
Aw'ugundi impandla
Aw'senza amanga
Inkabi engqoka isiphandla
Ayi bathi umshayi we number
Aw'ugundi impandla
Aw'senza amanga
Inkabi engqoka isiphandla
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami
Sihamb'siyophuza m'ngani wami, m'ngani wami, m'ngani wami (ushuni wenkandla)
Written by: 031choppa, Big Zulu, Ice Beats Slide, Shakes & Les
instagramSharePathic_arrow_out