Vídeo musical

Presentada en

Créditos

AUSFÜHRENDE KÜNSTLER:INNEN
Mpumi
Mpumi
Künstler:in
KOMPOSITION UND LIEDTEXT
Tshepho Active Maripane
Tshepho Active Maripane
Komponist:in
Nompumelelo Claudia Mzobe
Nompumelelo Claudia Mzobe
Komponist:in
Professor Langa
Professor Langa
Komponist:in
PRODUKTION UND TECHNIK
Nicholas Mboweni
Nicholas Mboweni
Mastering-Ingenieur:in

Letras

[Intro]
Oh awehe
Awu maye yelele maye
Oh awehe
Awu maye yelele maye
[Verse 1]
Mina nawe sophumelela
Noma ngabe sebemelene nathi
Thando lwethu lomelele
Noma kungaphel'okwalomhlaba
[Verse 2]
Mina nawe sophumelela
Noma ngabe sebemelene nathi
Thando lwethu lomelele
Noma kungaphel'okwalomhlaba
Oh awehe
[Chorus]
Noma kwehla kwehla kwenyukela
Sobambana njalo
Somandl'unamandla
Nomakuhlab'okwameva
Sobambana njalo
Somandl'unamandla
[Chorus]
Oh awehe
Oh hahahaha
Sobambana njalo
Somandl'unamandla
[Chorus]
Oh awehe
Oh hahahahaha
Sobambana njalo
Somandl'unamandla
[Verse 3]
Angithi nasismehlana
Nalu nogqoko
Ofun'umuntwami useyobhekana nami
Thayimani bafana
[Verse 4]
Ngithi eh wathint'umuntu wami
Eh waphel'umcimbi
Kodwa niyabona bafana kan’ngizwa
Thayimani bafana
[Verse 5]
Ngothando ngithi yebo, yebo, yebo
Yebo, yebo, yebo
Ngaphandle kothando ngithi ngeke sphile
Ngeke sphile
Ngothando ngithi yebo, yebo, yebo
Ngaphandle kothando ngithi ngeke sphile
Ngeke sphile
[Verse 6]
Ngihlushwa inhliziyo
Ngihlushwa inhliziyo
Igcweluthand'iyaphuphuma
Igcweluthand'iyaphuphuma
[Verse 7]
Ngihlushwa inhliziyo
Ngihlushwa inhliziyo weh
Igcweluthand'iyachichima
Igcweluthand'iyachichima
[Verse 8]
Oh awehe
Oh hahahahaha
Oh awehe
[Verse 9]
Angithi nasismehlana
Nalu nogqoko
Ofun'umuntwami useyobhekana nami
Thayimani bafana
[Verse 10]
Ngithi eh wathint'umuntu wami
Eh waphel'umcimbi
Kodwa niyabona bafana kan’ngizwa
Thayimani bafana
[Verse 11]
Ngothando ngithi yebo, yebo, yebo
Yebo, yebo, yebo
Ngaphandle kothando
Ngithi ngeke s'phile
Ngeke s'phile
[Verse 12]
Ngothando ngithi yebo, yebo, yebo
Ngaphandle kothando
Ngithi ngeke s'phile
Ngeke s'phile
[Chorus]
Noma kwehla kwenyukela
Sobambana njalo
Somandl'unamandla
Nomakuhlab'okwameva
Sobambana njalo
Somandl'unamandla
[Chorus]
Oh awehe
Oh hahahahaha
Sobambana njalo
Somandl’ unamandla
[Chorus]
Oh awehe
Oh hahahahaha
Sobambana njalo
Somandl'unamandla
[Outro]
Oh awehe
Oh hahahaha
Oh hahahaha
Written by: Nompumelelo Claudia Mzobe, Professor Langa, Tshepho Active Maripane
instagramSharePathic_arrow_out