Letras
Aw' thath' ixesha lakho ungibheke
Noma unga sondela lapha uzuzwele
Ubumnandi obulapha kum'
Ngisho ubumnandi obulapha kum'
Konke kwami kungo kwakho
Nenhliziyo yami ilangazelela wena
Thath' isandla sami ungibambe
Ngibambe
Ngiyathembisa phambi kwabantu
Angeke ngik'shiye angeke ngkik' lahle
Ngoba wena ulubambo lwami
Ngisacela ungenze ngibe ngo wakho
Ngiyathembisa phambi kwabantu
Angeke ngik'shiye angeke ngkik' lahle
Ngoba wena ulubambo lwami
Ngisacela ungenze ngibe ngo wakho
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Ngiyathembisa phambi kwabantu
Angeke ngik'shiye angeke ngkik' lahle
Ngoba wena ulubambo lwami
Ngisacela ungenze ngibe ngo wakho
Ngiyathembisa phambi kwabantu (Siya vuma)
Angeke ngik'shiye angeke ngkik' lahle (Siya vuma)
Ngoba wena ulubambo lwami (Siya vuma)
Ngisacela ungenze ngibe ngo wakho (Siya vuma)
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Thath' isandla sami
Ungibambe, ngibambe
Written by: Senzo Success Sibiya, Thokozani Gift Madonsela, Xolani Glen Maimane